Jump to content

Uthimba

Mayelana Wikipedia

Checkmate2

Uthimba ngumdlalo woqwembe phakathi kwabadlali ababili. Lomdlalo ubuye ubizwe ngokuthi uthimba lomhlaba ukuze uhlukaniswe kweminye imidlalo ehlobene nawo, efana ne-xiangqi (uthimba lwaseShayina) kanye ne-shogi (uthimba lwaseJaphani). Uhlobo lothimba olukhona manje lwadabuka kwelaseSpaniya naseYurophu eseningizimu engxenyeni yesibili yekhulu le-15 emva kokuthubeka kusuka kumdlalo ofanayo kodwa omdala odabuka eNdiya obizwa chaturanga. Namuhla uthimba liwumdlalo onesibunge umhlaba wonke, odlalwa izigidi zabantu emhlabeni jikelele.

Uthimba umdlalo weqhingasu elingumkhanyango futhi alubandakanyi ukwaziswa okufihliwe. Ludlalwa oqwembeni lothimba olunamagcagcane angama-64 alungiswe okocansi lwemigqa eyisiphohlongo. Lapho uqala, umdlali ngamunye ulawula izinkomo eziyishumi mesithupha: inkosi eyodwa, indlovukazi eyodwa, imibhosho emibili, abefundisi ababili, izinkweli ezimbili, nezintindili eziyisiphohlongo. Umdlali onezinkomo ezimhlophe nguyena owenza umdiki wokuqala, bese kulandela umdlali wezinkomo ezimfipha. Impokophelo yomdlalo ukuthumba inkosi yomufo, njengoba lapho inkosi ibhekene nohlaselo futhi ingekho indlela yokuohunyuka. Kukhona nezindlela ezimbalwa lapho umdlalo ungaphetha engekho ogobuphondo.

Uthimba oluhleliwe lwaduma ekhulwini lwe-19. Imincintiswano yothimba yanamuhla ilawulwa ezizweni zonke i-FIDE (inhlangano yoThimba yezizwe).


I-chess yokuxhumana[hlela | Hlela umthombo]

Kuwuhlobo Iwe-chess lapho izimbangi zidlulisela iminyakazo yazo komunye nomunye nge-imeyili. Isikhathi sokuphendula silinganiswa ngezinsuku futhi umdlalo ungahlala izinyanga noma iminyaka.

I-International Correspondence Chess Federation (ICCF) [1] eyasungulwa ngo-1951, iphete ukuhlela ama-Olympiads ayo kanye nama-World Champinships.

World Championships[hlela | Hlela umthombo]

# Iminyaka Umpethal Izwe
1 1950-1953 Cecil Purdy Australia [2]
2 1956-1959 Viacheslav Ragozin Soviet Union [3]
3 1959-1962 Alberic O'Kelly Belgium [4]
4 1962-1965 Vladimir Zagorovsky Soviet Union [5]
5 1965-1968 Hans Berliner USA [6]
6 1968-1971 Horst Rittner Germany [7]
7 1972-1976 Jacob Estrin Soviet Union [8]
8 1975-1980 Jorn Sloth Denmark [9]
9 1977-1983 Tonu Oim Estonia [10]
10 1978-1984 Vytas Palciauskas USA [11]
11 1983-1989 Fritz Baumbach Germany [12]
12 1984-1991 Grigory Sanakoev Russia [13]
13 1989-1998 Mikhail Umansky Russia [14]
14 1994-2000 Tonu Oim Estonia [15]
15 1996-2002 Gert Timmerman Netherlands [16]
16 1999-2004 Tunc Hamarat Austria [17]
17 2002-2007 Ibar Bern Norway [18]
18 2003-2005 Joop van Oosterom Netherlands [19]
19 2004-2007 Christophe Leotard France [20]
20 2004-2011 Pertti Lehikoinen Fimland [21]
21 2005-2008 Joop van Oosterom Netherlands [22]
22 2007-2010 Aleksandr Dronov Russia [23]
23 2007-2010 Ulrich Stephan Germany [24]
24 2009-2011 Marjan Semri Slovenia [25]
25 2009-2013 Fabio Finocchiaro Italy [26]
26 2010-2014 Ron Langeveld Netherlands [27]
27 2011-2014 Aleksandr Dronov Russia [28]
28 2013-2016 Leonardo Ljubicic Slovenia [29]
29 2015-2018 Aleksandr Dronov Russia [30]
30 2017-2019 Andrey Kochemasov Russia [31]
31 2019-2022 Fabian Stanach
Christian Muck
Ron Langeveld
Poland
Austria
Netherlands
[32]
32 2020-2022 Jon Edwards USA [33] .


Ama-Olympics e-ICCF[hlela | Hlela umthombo]

# Iminyaka Indondo Yegolide Indondo Yesiliva Indondo Yethusi
01. 1949-1952 Hungary Czechoslovakia Sweden
02.[dead link] 1952-1955 Czechoslovakia Sweden Germany
03. 1958-1961 Soviet Union Hungary Yugoslavia
04. 1962-1964 Soviet Union Democratic Germany Sweden
05. 1965-1968 Czechoslovakia Soviet Union Federal Germany
06. 1968-1972 Soviet Union Czechoslovakia Democratic Germany
07. 1972-1976 Soviet Union Bulgaria Great Britain
08. 1977-1982 Soviet Union Hungary Great Britain
09. 1982-1987 Great Britain Federal Germany Soviet Union
10. 1987-1995 Soviet Union England Democratic Germany
11. 1992-1999 Czechoslovakia
Germany
Canada
Scotland
12. 1998-2004 Germany Lithuania Latvia
13. 2004-2009 Germany Czechia Poland
14. 2002-2006 Germamy Lithuania United States
15. 2006-2009 Norway Germany Netherlands
16. 2010-2016 Czechia Germany France
17. 2009-2012 Germany Spain Italy
18. 2012-2016 Germany Slovene Spain
19. 2016-2021 Bulgaria Germany Czechia
Poland
20. 2016-2019 Germany Russia Spain
21. 2020-2023 Germany Luxemburg United States

Izithenjwa[hlela | Hlela umthombo]

  1. ICCF
  2. 1°. World Championship
  3. 2°.World Championship
  4. 3°.World Championship
  5. 4°.World Championship
  6. 5°.World Championship
  7. 6°.World Championship
  8. 7° World Championship
  9. 8° World Championship
  10. 9° World Championship
  11. 10° World Championship
  12. 11° World Championship
  13. 12° World Championship
  14. 13° World Championship
  15. 14° World Championship
  16. 15° World Championship
  17. 16° World Championship
  18. 17° World Championship
  19. 18° World Championship
  20. 19° World Championship
  21. 20° World Championship
  22. 21° World Championship
  23. 22° World Championship
  24. 23° World Championship
  25. 24° World Championship
  26. 25° World Championship
  27. 26° World Championship
  28. 27° World Championship
  29. 28° World Championship
  30. 29° World Championship
  31. 30° World Championship
  32. 31° World Championship
  33. 32° World Championship